I-Google izisebenzisa kanjani izinombolo zekhadi lesikweletu ukuze ikhokhe

I-Google isebenzisa ikhadi lesikweletu nezinombolo zekhadi ledebhithi ozinikezayo ukwenza izinkokhelo zokuthenga ku-inthanethi noma ngaphandle kwe-inthanethi okwenzayo, kufaka phakathi i-Google Play nemisebenzi ye-Google Pay, futhi nangezinhloso zokwehlisa ubugebengu. Isaziso sobumfihlo se-Google Payments sinikezela ngolwazi olunemininingwane ukuthi ulusebenzis akanjani ulwazi lwakho lokukhokha nele-akhawunti, kufaka phakathi ulwazi esiluqoqayo nokuthi silusebenzisa kanjani. Sbelana kuphela ngolwazi lomuntu siqu nezinhlangano zangaphandle ezimweni ezichazwe kusaziso sobumfihlo se-Google. Ikhadi lesikweletu nezinombolo zekhadi ledebhithi ozinikezayo ku-Google zibethelwe futhi zalondolozwa kumaseva aphephile endaweni ephephile.

Izinhlelo zokusebenza ze-Google
Imenyu eyinhloko