Ubuchwepheshe

E-Google, silandelisa imibono kanye nemikhiqizo ngokuvamile efinyelela imikhawulo yobuchwepheshe obukhona. Njengenkampani emela umthwalo wayo, sisebenza kanzima ukuqinisekisa ukuthi okuqanjwa kabusha kulinganiswa nezinga elifanele lobumfihlo kanye nokuvikeleka kwabasebenzisi bethu. Izimiso Zethu Zobumfihlo zisiza ukuqondisa izinqumo esizenzayo kwizinga ngalinye lenkampani yethu, ukuze sisize ukuvikela kanye nokunika amandla abasebenzisi bethu ngenkathi sigcwalisa umgomo wethu oqhubekayo wokuhlela ulwazi komhlaba wonke.