Uhlu lwamasevisi nemigomo engeziwe ecaciselwe isevisi

Amasevisi asebenzisa Imigomo Yesevisi ye-Google nemigomo engeziwe ecaciselwe isevisi nezinqubomgomo

Imigomo Yesevisi ye-Google isebenza kumasevisi afakwe kuhlu ngezansi. Eduze kwesevisi ngayinye, siphinda sifake kuhlu imigomo engeziwe nezinqubomgomo ezisebenza kuleyo sevisi ethile. Imigomo Yesevisi, imigomo engeziwe, nezinqubomgomo zichaza ubudlelwane bethu nokulindelwe nhlangothi zombili njengoba usebenzisa lawa masevisi.

Lolu hlu lufaka amasevisi aphethwe ngokwemigomo Yesevisi ejwayelekile ye-Google. Inombolo ekhawulelwe yamasevisi adumile, afana ne-YouTube, anemigomo yayo ngenxa yezici zawo ezihlukile. Iningi lemikhiqizo yethu yebhizinisi esuselwa kunkokhelo kanye nemikhiqizo yethu ye-API yonjiniyela inemigomo yayo nayo.

Sivamise ukuqalisa amasevisi amasha futhi kwesinye isikhathi sibuyekeza imigomo yethu nezinqubomgomo. Senza konke okusemandleni ukugcina leli khasi lisesikhathini, futhi sihlose ukulivuselela ngokuvamile.

Amasevisi
 
Izinhlelo zokusebenza ze-Google
Imenyu eyinhloko